Igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi iKibiroti Hathawa , ngokuba bambela abantu abafisayo.
Abantu basuka eKibiroti Hathawa, baya eHaseroti; bahlala eHaseroti.
Basuka ehlane laseSinayi, bamisa eKibiroti Hathawa.
Basuka eKibiroti Hathawa, bamisa eHaseroti.
EThabehera naseMasa naseKibiroti Hathawa namthukuthelisa uJehova.