UJehova makakuvuze ngomsebenzi wakho , uphiwe umvuzo opheleleyo nguJehova uNkulunkulu ka -Israyeli oze ukuba uphephele phansi kwamaphiko akhe.
ngokuba ngayalwa kanjalo ngezwi likaJehova ngokuthi: Awuyikudla sinkwa, ungaphuzi manzi, ungabuyi ngendlela oze ngayo.
ngokuba kwathiwa kimi ngezwi likaJehova: Awuyikudla sinkwa, ungaphuzi manzi khona, ungabuyi ngendlela oze ngayo.
Khona wahamba u -Ananiya, wangena endlini , wabeka izandla phezu kwakhe, wathi: Sawulu umzalwane , iNkosi uJesu eyabonakala kuwe endleleni oze ngayo , ingithumile ukuba ubuye ubone , ugcwaliswe ngoMoya oNgcwele.