Banika imali elinganisiweyo ezandleni zabasebenzayo, bengababonisi bendlu kaJehova , bakhokhela ababazi nabakhi ababesebenza endlini kaJehova,
ababazi, nabakhi, nabakha ngamatshe , nokuthenga imithi namatshe abaziweyo ukulungisa indlu.
Kukhona kuwe izisebenzi eziningi , ababazi, nezisebenzi zamatshe nezemithi, nabo bonke abayizingcweti emisebenzini yonke: