Skip to Content

"babambe"

6 occurrences in ZUL

Ukubhonga kwabo kunjengokwengonyamakazi, bayakubhonga njengamabhongo ebhubesi, yebo, bayakugwavuma, babambe impango yabo , bamuke nayo, kungekho oyophulayo.

Ngokuba phakathi kwabantu bami kufunyanwa ababi , baqamekela njengabacuphayo nabalinda izinyoni, babeke ugibe, babambe abantu.

Inkosi yayala uJerameli indodana yenkosi , noSeraya indodana ka-Aziriyeli, noShelemiya indodana ka -Abideyeli ukuba babambe uBaruki umbhali noJeremiya umprofethi, kepha uJehova wabafihla.

Kuyakuthi ngalolo suku kube phakathi kwabo isidumo esikhulu esivela kuJehova, babambe, kube yilowo nalowo isandla somakhelwane wakhe , isandla sakhe sivukele isandla somakhelwane wakhe.

bemqamekela ukuba babambe into ephuma emlonyeni wakhe.

bezibekelela isisekelo esihle sesikhathi esizayo , ukuze babambe ukuphila okuyikho. Isigcino