Uma umuntu eklabisa ensimini noma esivinini , aziyeke nje izinkomo zakhe zize zidle ensimini yomunye , uyakukhokha nokukhokha ngokuhle kwensimu yakhe nangokuhle kwesivini sakhe.
Base beyibamba, bayiphonsa ngaphandle kwesivini, bayibulala.
Base beyibamba bayibulala, bayiphonsa ngaphandle kwesivini.
Bayiphonsa ngaphandle kwesivini , bayibulala; ngakho-ke umninisivini uzakwenze njani kubo na?