Skip to Content

"sakwanafetali"

10 occurrences in ZUL

labo ababalwayo kubo , abesizwe sakwaNafetali , babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nantathu namakhulu amane.

Nesizwe sakwaNafetali: isikhulu sabantwana bakwaNafetali siyakuba ngu - Ahira indodana ka-Enani.

Owesizwe sakwaNafetali: uNabi indodana kaVofisi.

Lokho kwakuyifa lesizwe sabantwana bakwa-Asheri ngemindeni yabo, leyo mizi kanye nemizana yayo. Isabelo sakwaNafetali

Abantwana bakwaGereshoni babelwa emindenini yesizwe sa kwa-Isakare, nasesizweni sakwa -Asheri, nasesizweni sakwaNafetali , nakuyo inxenye yesizwe sakwaManase eBashani imizi eyishumi nantathu.

Esizweni sakwaNafetali : iKedeshi laseGalile namadlelo alo , umuzi wokuphephela wombulali , neHamoti Dori namadlelo alo , neKaritani namadlelo alo, imizi mithathu.

Wayeyindodana yomfelokazi wesizwe sakwaNafetali ; uyise wayengumuntu ogcwele ukuhlakanipha, nengqondo, nokwazi ukwenza yonke imisebenzi yethusi. Wafika enkosini uSolomoni, wasebenza wonke umsebenzi wayo.

namadodana kaGereshomu ngemindeni yawo esizweni sakwa -Isakare, nasesizweni sakwa -Asheri, nasesizweni sakwaNafetali , nasesizweni sakwaManase, eBashani, imizi eyishumi nantathu,

nasesizweni sakwaNafetali i Kedeshi eGalile namadlelo alo , neHamoni namadlelo alo, neKiriyatayimi namadlelo alo.

esizweni sakwa -Asheri abayizinkulungwane eziyishumi nambili , esizweni sakwaNafetali abayizinkulungwane eziyishumi nam bili, esizweni sakwaManase abayizinkulungwane eziyishumi nambili,