"yowesifazane"
14 occurrences in ZUL
Kepha uNkulunkulu weza ku -Abimeleki ngephupho ebusuku , wathi kuye: Bheka, uyafa ngenxa yowesifazane omthathileyo; uganile endodeni.
Amadodana kaSimeyoni : ngoJemuweli, noJamini, no-Ohade, noJakini, noSohari, noShawule, indodana yowesifazane waseKhanani.
Amadodana kaSimeyoni : ngoJemuweli, noJamini, no-Ohade, noJakini, noSohari, noShawule indodana yowesifazane waseKhanani ; yile imindeni kaSimeyoni.
Indodana yowesifazane wakwa -Israyeli, uyise wayo engowaseGibithe , yaphuma yaya phakathi kwabantwana bakwa -Israyeli; indodana yowesifazane wakwa-Israyeli nomuntu wakwa-Israyeli baxabana ekamu;
indodana yowesifazane wakwa-Israyeli yahlambalaza iGama , yathuka; yalethwa kuMose . Igama likanina lalinguShelomiti indodakazi kaDibiri , owesizwe sakwaDani.
OMiriyamu no -Aroni bakhuluma bemelene noMose ngenxa yowesifazane wakwaKushe amthathile; ngokube wayethathile owesifazane wakwaKushe.
Owesifazane makangagqoki okwendoda , nendoda mayingembathi ingubo yowesifazane, ngokuba yilowo nalowo okwenza lokho uyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho. Ngokuphatha kahle izilwane nangokungahlanganisi okungafanele
Intukuthelo kaSawule yayisimvuthela uJonathani , wathi kuye : Wena ndodana yowesifazane owonakeleyo nohlubukileyo , angazi yini ukuthi ukhethile indoda na kaJese kube yihlazo lakho nehlazo lobunqunu bukanyoko, na?
indodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani ; uyise wayengumuntu waseTire, owayekwazi ukusebenza ngegolide , nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangamatshe, nangemithi, nangokububende, nangokuluhlaza, nangelineni elicolekileyo , nangokubomvu, nangokuqopha imiqopho yonke , nangokuqamba yonke imisebenzi yobungcweti , ukuba anikwe indawo kanye nezingcweti zakho nezingcweti zenkosi yami uDavide uyihlo.
Imizi inqotshiwe , nezinqaba zithathiwe ; izinhliziyo zamaqhawe akwaMowabi ziyakuba njengenhliziyo yowesifazane onemihelo.
Bheka, onjengokhozi uyakhuphuka , andize, elulele amaphiko akhe kulo iBosira; izinhliziyo zamaqhawe akwa -Edomi ziyakuba njengenhliziyo yowesifazane onemihelo. Isiprofetho ngeDamaseku
Khona wehlela eDerbe naseListra . Bheka, kwakukhona lapho umfundi othile, nguThimothewu igama lakhe , indodana yowesifazane wakwaJuda okholiweyo, kepha uyise wayengumGreki,